Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 80:9 - IsiZulu 2020

9 Wawulungisela indawo phambi kwawo, wagxila, wagcwalisa umhlaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wawulungisela indawo phambi kwawo, wagxila, wagcwalisa umhlaba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wawulungisela indawo, wawenza wamila izimpande, wagcwalisa izwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 80:9
17 Referans Kwoze  

Ngathumela iminyovu phambi kwenu, eyaxosha phambi kwenu amakhosi amabili ama-Amori, kwakungengankemba yakho noma ngomnsalo wakho.


Ngesikhathi esizayo uJakobe uyogxila, u-Israyeli aqhakaze, akhahlele, athele izithelo, agcwalise umhlaba wonke.


Ubatshalile, futhi bagxila; bayakhula, futhi bathela izithelo; igama lakho lisezindebeni zemilomo yabo, kodwa izinhliziyo zabo zikude nawe.


Abasindileyo bendlu yakwaJuda, abaseleyo bayakubuye benabise izimpande, bagxile phansi, bathele izithelo phezulu.


Wabapha amazwe abezizwe, badla umcebo wabezizwe,


UJowabe wamnika uDavide inani labantu ababebaliwe. Esewonke u-Israyeli wayeyisi-1 100 000 ababengaphuma baye empini, uJuda yena eyizi-470 000.


OJuda no-Israyeli bahlala belondekile, kwaba yilowo nalowo phansi komvini wakhe nomkhiwane wakhe, kusukela kwaDani kuze kube seBheri Sheba, zonke izinsuku zikaSolomoni.


OJuda no-Israyeli babebaningi ngangesihlabathi solwandle, bedla, bephuza, bejabula.


Ngiyakumisela abantu bami u-Israyeli indawo, ngibatshale bahlale kuyo, bangabe besanyakaziswa, nabantu ababi abasayukubahlupha njengakuqala,


Ngokuba abalidlanga izwe ngenkemba yabo, nengalo yabo ayibasindisanga, kodwa kwaba yisandla sakho sokunene nengalo yakho, nokukhanya kobukhona bakho, ngokuba wethaba ngabo.


Wamba, wakhipha amatshe kuso, watshala umvini omuhle, wakha isiqongo sokulinda phakathi kwaso, waqopha isikhamo kuso, walindela ukuba sithele izithelo zomvini, kodwa sathela izithelo zasendle.


Ngalolo lusuku kuyoba khona isivini esinxanelekayo. Hlabelelani ngaso, nithi:


Mina ngakutshala ungumvini wekhethelo, imbewu enhle kakhulu; pho uphenduke kanjani waba yigatsha elonakeleyo kimi, elomvini wabezizwe na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite