Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 80:7 - IsiZulu 2020

7 Sibuyise, Nkulunkulu Wamabandla, ukhanyise ubuso bakho, khona siyakusindiswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Sibuyise, Nkulunkulu Sebawoti, ukhanyise ubuso bakho, khona siyakusindiswa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Sibuyise, Nkulunkulu Sebawoti, ukhanyise ubuso bakho; futhi siyakusindiswa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 80:7
10 Referans Kwoze  

Uyabahlangabeza labo abakuthokozelayo ukwenza ukulunga, labo abakukhumbulayo ezindleleni zakho. Wena wathukuthela; thina sona, sahlala kukho isikhathi eside, pho siyosindiswa na?


Nkulunkulu, dala kimi inhliziyo ehlanzekileyo, uvuse umoya oqinileyo phakathi kwami.


Jerusalema, hlanza ububi obusenhliziyweni yakho, ukuze usindiswe. Kuyoze kube nini imicabango yakho emibi ihleli ezibilini zakho na?


Sibuyise, Simakade Nkulunkulu Wamabandla, ukhanyise ubuso bakho, khona siyakusindiswa.


Sibuyise, Nkulunkulu, ukhanyise ubuso bakho, khona siyakusindiswa.


Uyakuphendulela abaningi kubantu bakwa-Israyeli, eNkosini uNkulunkulu wabo.


ukuze bathi bebona nokubona, kodwa bangabonisisi; bathi bezwa nokuzwa, kepha bangaqondi, funa bapheduke, bathethelelwe.”


Ngokuba yasho njalo iNkosi uSimakade oNgcwele ka-Israyeli, yathi: “Lapho niphenduka niphumula, niyakusindiswa, amandla enu abe sekuthuleni nasekwethembeni, kepha anithandanga.


Kwathi lapho uSanibhalathi umHoroni, uThobiya inceku engumAmoni, noGeshemi umArabhu bekuzwa lokho, basihleka usulu besibhinqa, bethi: “Nenzani nje nempela na? Senivukela inkosi na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite