Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 80:5 - IsiZulu 2020

5 Ubondle ngesinkwa sezinyembezi, wabaphuzisa izinyembezi ngesilinganiso esikhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wabapha isinkwa sezinyembezi, wabaphuzisa izinyembezi ngesilinganiso esikhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ubapha isinkwa sezinyembezi; wabaphuzisa izinyembezi ngesilinganiso esikhulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 80:5
9 Referans Kwoze  

Nakuba iNkosi ikunike isinkwa sosizi namanzi okuhlupheka, abafundisi benu abasayukucasha, kodwa amehlo enu ayakubabona abafundisi benu,


Izinyembezi zami zingukudla kwami imini nobusuku, ngokuba usuku lonke bathi kimi: “Uphi uNkulunkulu wakho na?”


Ngikhume umlotha njengesinkwa, nengikuphuzayo ngakuxubanisa nezinyembezi,


Umphefumulo wami uyenqaba ukukuthinta, kungukudla okunengekayo kimi.


Nkulunkulu, usilahleleni kwaze kwaba phakade na? Izimvu zedlelo lakho uzithunqiselelani ngentuthu yolaka lwakho na?


Kuyoze kube nini, Simakade, ulokhu uthukuthele, isifithifithi solaka lwakho sivutha njengomlilo na?


“Uzembese ngolaka, wasixosha, wabulala, awaze waba naluzwelo.


Uzifihle efwini, ukuze imikhuleko yethu ingafinyeleli kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite