Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 79:13 - IsiZulu 2020

13 Khona thina, bantu bakho, izimvu zedlelo lakho, siyakukubonga kuze kube phakade, sishumayele udumo lwakho ezizukulwaneni ngezizukulwane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Khona thina bantu bakho, izimvu zedlelo lakho, siyakukubonga kuze kube phakade, sishumayele udumo lwakho ezizukulwaneni ngezizukulwane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngalokho thina bantu bakho nezimvu zedlelo lakho siyakukubonga kuze kube phakade; siyakumemezela udumo lwakho ezizukulwaneni ngezizukulwane.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 79:13
9 Referans Kwoze  

Ngokuba Yena unguNkulunkulu wethu, thina singabantu bedlelo lakhe nezimvu zesandla sakhe.


abantu engizidalele bona, ukuze bamemezele udumo lwami.


Yazini ukuthi uSimakade unguNkulunkulu; nguYena osidalileyo, asizidalanga thina, singabantu bakhe, nezimvu zedlelo lakhe.


Nkulunkulu, usilahleleni kwaze kwaba phakade na? Izimvu zedlelo lakho uzithunqiselelani ngentuthu yolaka lwakho na?


Isizukulwane siyakuyibabaza kwesinye imisebenzi yakho, simemezele izenzo zakho zamandla.


Vuka, Nkulunkulu, uyimele indaba yakho, khumbula ukuthi uklolodelwa yiziwula usuku lonke.


Simakade, khumbula lokhu, isitha sisethukile, nesizwe esinobuwula silihlambalazile igama lakho.


Igama lakho ngizolenza likhunjulwe yizizukulwane ngezizukulwane, ngakho-ke izizwe ziyokubonga kuze kube phakade.


Sizincoma njalo ngoNkulunkulu wethu, silibonge igama lakho ingunaphakade. Sela


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite