Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:9 - IsiZulu 2020

9 Abantu bakwa-Efrayimi, sebehlomile bephethe iminsalo, babuyela emuva ngosuku lwempi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Abantu bakwa-Efrayimi, sebehlomile bephethe iminsalo, babuyela emuva ngosuku lokulwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Abantwana bakwa-Efrayimi, ababehlomile bephethe idandili, babuyela emuva ngosuku lwempi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:9
10 Referans Kwoze  

Bahlehlela emuva, njengoyisemkhulu, bamkhohlisa, baphambuka njengomnsalo ogejile.


AmaFilisti alwa no-Israyeli. Abantu bakwa-Israyeli babaleka phambi kwamaFilisti, abanye babo bawa, basala enkundleni, entabeni iGilibhowa.


AmaFilisti alwa, u-Israyeli wanqotshwa, wabaleka, kwaba yilowo nalowo waqonda ethendeni lakhe. Kwaba ngukwehlulwa okukhulu kakhulu, kwasala enkundleni abakwa-Israyeli abayizi-30 000 abayimigundatshani.


yonke impi enkulu yakwa-Israyeli iyophenduka ibuyele empini. Kodwa abakwaBhenjamini baqala ukubulala nokulimaza abakwa-Israyeli; kwathi sebebulele amadoda angama-30, bathi: “Impela banqotshiwe phambi kwethu njengasekuqaleni.”


UGali, indodana ka-Ebhedi, wabuza wathi: “Ungubani u-Abhimelekhi, futhi singobani thina baseShekhemi ukuba singakhonza yena, na? Ayikaze yini indodana kaJerubhali noZebhuli, induna yakhe, bakhonze emadodaneni kaHarmori uyise kaShekhemi, na? Pho thina simkhonzelani, na?


Babehlome ngeminsalo, bengamakhabe, bekwazi ukuciba nokuphonsa amatshe ngesokhohlo nangesokunene. Babengabafowabo bakaSawule, bevela kwaBhenjamini, okwakuyilaba:


Kepha wathi kuye: “Nkosi, ngikulungele ukuya nawe ejele nasekufeni.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite