Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:69 - IsiZulu 2020

69 Indlu yayo engcwele yayakha njengezintaba, nanjengomhlaba ewusekele kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

69 Yayakha indlu yayo engcwele njengezintaba nanjengomhlaba ewusekeleyo kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

69 Yakha indlu yayo engcwele njengezigodlo eziphakemeyo, njengomhlaba awumisayo kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:69
16 Referans Kwoze  

Ngase ngibona isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe nohleli kuso; obuso bakhe babalekelwa yizulu nomhlaba, akwatholelwa ndawo.


Phakamiselani amehlo enu ezulwini, nibheke emhlabeni phansi, ngokuba izulu liyakunyamalala njengentuthu, umhlaba uguge njengengubo, nabakhileyo kuwo bafe njengomiyane, kodwa insindiso yami iyakuma kuze kube phakade, nokulunga kwami akuyukuphela.


Yebo, isandla sami sibekile isisekelo somhlaba, nesokunene sami saleneka izulu. Lapho ngikubiza, kuma ndawonye.


Umhlaba uwumise phezu kwezisekelo zawo, ukuze unganyakaziswa kuze kube phakade naphakade.


Izisekelo zomhlaba wazibeka kwasemandulo, namazulu angumsebenzi wezandla zakho.


Wendlala inyakatho phezu kweze, aphanyeke umhlaba ezeni.


Ubude nobubanzi bomphemegumbi owawuphambi kwendlu babungamakhubhithi angama-20, ukuphakama kungamakhubhithi ayi-120; wawuhuqa ngaphakathi ngegolide elicwengekileyo.


ukungilungisela imithi eminingi, ngoba indlu engiyakuyakha iyakuba nkulu ngokumangalisayo.


unike uSolomoni, indodana yami, inhliziyo epheleleyo ukuba agcine imiyalo yakho, ubufakazi bakho, izimiso zakho, nokwenza konke lokhu, nokwakha ithempeli engililungisileyo.”


Inkosi uDavide yathi kulo lonke ibandla: “USolomoni, indodana yami, nguye yedwa okhethwe nguNkulunkulu, usengumfana, akakaqini ukhakhayi, nomsebenzi mkhulu, ngokuba ithempeli alisilo elomuntu, kepha ngelikaSimakade uNkulunkulu.


Nakuba le ndlu iphakeme kangaka, kodwa bonke abayodlula ngakuyo bayomangala, banximfe, bathi: ‘USimakade wenzeleni okunje kuleli lizwe nakule ndlu na?’


Uyamvusa ompofu othulini, uyayiphakamisa impabanga ezaleni, abahlalise nezikhulu, badle ifa lesihlalo sobukhosi, ngokuba izisekelo zomhlaba zingezikaSimakade; ubekile izwe phezu kwazo.


Isisekelo sakhe sisezintabeni ezingcwele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite