Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:68 - IsiZulu 2020

68 Kepha yaqoka isizwe sakwaJuda, intaba iZiyoni eyithandayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

68 Kepha yakhetha isizwe sakwaJuda, intaba yaseSiyoni eyithandayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

68 Kepha wakhetha isizwe sakwaJuda, iNtaba yaseSiyoni ayithandayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:68
7 Referans Kwoze  

USimakade uyawathanda amasango eZiyoni kunayo yonke imizi kaJakobe.


kodwa ngilikhethile iJerusalema ukuba igama lami libe lapho, ngimkhethile noDavide ukuba abe phezu kwabantu bami, u-Israyeli.’


USimakade wathi kuSamuweli: “Uyakumkhalela kuze kube nina uSawule na? Ngimlahlile, ngeke esaba yinkosi phezu kuka-Israyeli. Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe; ngikuthuma kuJese waseBhethlehema, ngokuba ngizibonele inkosi phakathi kwamadodana akhe.”


“Nakuba kunjalo, uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli wangiqoka endlini yonke kababa ukuba ngibe yinkosi kwa-Israyeli kuze kube phakade. Ngokuba ukhethe uJuda ukuba abe ngumbusi, endlini kaJuda, indlu kababa, emadodaneni kababa, wangithanda mina ukuba angibeke ngibe yinkosi yawo wonke u-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite