Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:57 - IsiZulu 2020

57 Bahlehlela emuva, njengoyisemkhulu, bamkhohlisa, baphambuka njengomnsalo ogejile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

57 Bahoshekela emuva, bakhohlisa njengawoyise, baphenduka njengomnsalo ogejayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

57 Kodwa baphenduka benza ubumenemene njengoyise; baphambukile njengomnsalo okhohlisayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:57
8 Referans Kwoze  

Babuya, kodwa hhayi koPhezukonke, babanjengomnsalo oxegayo; abaholi babo bayakufa ngenkemba ngenxa yokugxibha kolimi lwabo. Bayakuba yinhlekisa eGibhithe.”


Bangabi njengawoyisemkhulu, isizukulwane esiphambeneyo nesihlubukayo, isizukulwane esingaqinisanga inhliziyo yaso, nesimoya waso wawungathembekile kuNkulunkulu.


Bamlinga uNkulunkulu bephindelela, bemdabukisa oNgcwele ka-Israyeli.


Abantu bakwa-Israyeli babuye benza okubi emehlweni kaSimakade, uSimakade waqinisa u-Egiloni wakwaMowabi wamelana nabakwa-Israyeli, ngokuba babenzile okubi emehlweni kaSimakade.


Maye kuwe, sizwe esonayo, bantu abasindwa ngukona, nzalo yezonakali, bantwana abonakeleyo! Bamshiyile uSimakade, bamdelela oNgcwele ka-Israyeli, bahlehlile bamfulathela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite