Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:41 - IsiZulu 2020

41 Bamlinga uNkulunkulu bephindelela, bemdabukisa oNgcwele ka-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Babuye bamlinga uNkulunkulu, bamdabukisa oNgcwele ka-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Yebo, baphenduka futhi bamlinga uNkulunkulu, futhi bamvimbela oNgcwele ka-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:41
11 Referans Kwoze  

bonke labo bantu ababone inkazimulo yami nezibonakaliso zami engazenza eGibhithe nasehlane nokho bangilinga lezi zikhathi ezilishumi, abaze balilalela izwi lami,


“Kepha okhokho abavumanga ukumlalela, kodwa bamsunduzela eceleni, babuyela emuva eGibhithe ngezinhliziyo zabo,


“Ningamlingi uSimakade uNkulunkulu wenu, njengalokhu namlinga eMasa.


Yilowo nalowo wathi kumfowabo: “Masiqoke umholi, sibuyele eGibhithe.”


Weyise bani, wathuka bani na? Uliphakamisele bani izwi, uwabhekisele bani amehlo akho phezulu na? Ongcwele ka-Israyeli!


Ngokuba isihlangu sethu singesikaSimakade, inkosi yethu ingeyoNgcwele ka-Israyeli.


Maye kuwe, sizwe esonayo, bantu abasindwa ngukona, nzalo yezonakali, bantwana abonakeleyo! Bamshiyile uSimakade, bamdelela oNgcwele ka-Israyeli, bahlehlile bamfulathela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite