Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:39 - IsiZulu 2020

39 Wakhumbula ukuthi bangabantu nje, bangumoya owedlulayo ongenakubuya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Wakhumbula ukuthi bayinyama, bangumoya odlulayo ongabuyiyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Wakhumbula ukuthi babeyinyama; umoya odlulayo ungabuyi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:39
7 Referans Kwoze  

Kepha anilazi ikusasa ukuthi liniphatheleni nokuthi impilo yenu iyakuba yini na? Ngokuba niyinkungu ebonakala isikhashana bese iyanyamalala.


Khumbula ukuthi ukuphila kwami kungumoya, iso lami aliyukubuye likubone okuhle.


USimakade wathi: “UMoya wami awuyukuhlala phakathi kwabantu kuze kube phakade, ngoba bayinyama nje. Iminyaka yabo yokuphila isizoba yi-120.”


Ngiyakuzonda ukuphila kwami, angiyukuhlala njalo, ngiyeke, ngokuba imihla yami iyize.


Ake ukhumbule ukuthi nguwe owangibumba njengobumba, pho uyakungibuyisela othulini na?


Lokho okuzelwe ngokwenyama kuyinyama; nalokho okuzelwe nguMoya, kungumoya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite