Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:38 - IsiZulu 2020

38 Kepha Yena waba nobubele, wabathethelela ububi babo, akaze ababhubhisa, yebo, wazibamba kaningi olakeni lwakhe, wangayikhiphela kubo yonke intukuthelo yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Kepha yena enesihawu wathethelela ububi babo, akabhubhisanga; yebo, wabamba kaningi intukuthelo yakhe, akavusanga lonke ulaka lwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Kodwa yena owayelesihawu wabathethelela ububi babo, kababhubhisanga;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:38
17 Referans Kwoze  

Ngenxa yeGama lami, ngiyoyilibazisa intukuthelo yami; nangenxa yodumo lwami, ngizakuyibambela wena, ukuze ngingakunqumi.


Nokho iso lami lababheka ngesihawu ukuba ngingababhubhisi, ngingabaqedi nya ehlane.


Wenza okubi emehlweni kaSimakade njengalokhu kwakwenze uyise uManase.


Lapho ingelosi yelula isandla sayo ukuba ibhubhise iJerusalema, uSimakade wazisola ngalobo bubi, wayimisa ingelosi eyayibhubhisa abantu, wathi: “Sekwanele.” Ingelosi kaSimakade yayisesibuyeni sika-Arawuna, umJebusi.


USimakade wayenomusa kubo; wayenesihe kubo, waphendukela kubo ngenxa yesivumelwano sakhe no-Abhrahama, no-Isaka noJakobe, akathandanga ukubabhubhisa, futhi akabalahlanga ebusweni bakhe.


Simakade Nkulunkulu wethu, Wena wabaphendula, waba nguNkulunkulu othethelelayo kubo, nophindiselayo ngezenzo zabo.


Ngeke ngisaqhubeka nolaka lwami oluvuthayo, noma ngibhubhise u-Efrayimi, ngokuba nginguNkulunkulu, angisiye umuntu, ngingongcwele phakathi kwenu, angiyukufika ngolaka.


USimakade waxola ngalokhu. “Ngeke kusenzeka,” kusho uSimakade.


USimakade waxola ngalokhu. “Ngeke kusenzeka,” kusho uSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite