Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 77:13 - IsiZulu 2020

13 Indlela yakho, Nkulunkulu, ingcwele. Yimuphi unkulunkulu omkhulu njengoNkulunkulu wethu na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Indlela yakho, Nkulunkulu, isebungcweleni; ngubani ongunkulunkulu omkhulu njengoNkulunkulu na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 O Nkulunkulu, indlela yakho isendlini engcwele; ngubani uNkulunkulu omkhulu njengoNkulunkulu wethu na?

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 77:13
14 Referans Kwoze  

ngaze ngangena endlini engcwele kaNkulunkulu, ngaqaphelisisa ukugcina kwabo.


“Ngubani onjengawe Simakade phakathi konkulunkulu na? Ngubani onjengawe ngobukhosi nangobungcwele, omangalisayo ngendumiso, owenza izimangaliso na?


“Ngubani eningamfanisa nami neningangilinganisa naye na?” kusho oNgcwele.


Impela idwala labo alifani neDwala lethu; nezitha zethu ziyakuvuma lokho.


Yingakho ngikufuna endaweni engcwele, ngibone amandla akho nenkazimulo yakho.


Kukodwa zwi engikucela kuSimakade, yilokhu nje engizimisele ukukwenza: ukuba ngihlale endlini kaSimakade zonke izinsuku zokuphila kwami, ngibuke ubuhle bukaSimakade, ngizindle ngisendlini yakhe.


“Niyongifanisa nobani, niyongilinganisa nobani, ningiqhathanise nobani ukuba sifane na?


Ningamfanisa nobani uNkulunkulu na? Ningamqhathanisa namuphi umfanekiso na?


Phakathi kwabo bonke onkulunkulu, akekho onjengawe, Nkosi, akukho okunjengemisebenzi yakho.


Nkulunkulu, ukulunga kwakho kufinyelela ezulwini, Wena owenza izinto ezinkulu. Nkulunkulu, ngubani onjengawe na?


Phambili kuhamba abahlabeleli, emuva abashaya ugubhu, phakathi yizintombi ezishaya izigubhu.


Mhlabeleleleni, nimhubele, nikhulume ngazo zonke izimangaliso zakhe.


Ngiqondise indlela yeziyalezo zakho ukuba ngikhulume ngezimangaliso zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite