Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 76:3 - IsiZulu 2020

3 Kulapho ayephula khona imicibisholo yomnsalo, isihlangu, inkemba, nempi. Sela

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Waphula lapho imicibisholo yomnsalo, nesihlangu, nenkemba, nempi. Sela*

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Waphula lapho imicibisholo yomnsalo, nesihlangu, nenkemba, nempi. Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 76:3
9 Referans Kwoze  

Uqeda izimpi kuze kube semikhawulweni yomhlaba, wephula umnsalo, anqume umkhonto, izinqola zempi azishise ngomlilo.


USimakade wathumela ingelosi eyabhubhisa wonke amaqhawe anamandla, nabaholi, nezinduna enkanjini yenkosi yase-Asiriya. Yabuyela ezweni layo ijabhile. Isingenile endlini kankulunkulu wayo, abozalo lwayo bayibulala ngenkemba khona lapho.


UJehoshafathi namabutho akhe kwathi lapho befika ukuba babuthe impango kubo, bafumanisa kubo ingcebo eningi kakhulu abangakwazanga ukuyithwala.


UMelkhizedeki, inkosi yaseSalema, owayengumphristi kaNkulunkulu Ophezukonke, wamlethela isinkwa newayini.


Ungumphindiseli, uyabakhumbula, akabakhohlwa abahluphekileyo nabathobekile, akakukhohlwa ukukhala kwabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite