Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 74:23 - IsiZulu 2020

23 Ungakhohlwa yizwi lezitha zakho, ukuxokozela kwabakuvukelayo kuya ngokuya kwenyukela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Ungakhohlwa izwi lezitha zakho, ukuxokozela kwabakuvukelayo okwenyukela njalonjalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ungakhohlwa izwi lezitha zakho: ukuxokozela kwabakuvukelayo kuyanda njalo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 74:23
9 Referans Kwoze  

ukufutheka kolaka lwakho ngami, nokuzidla kwakho sekufinyelele ezindlebeni zami; ngizofaka ingwegwe yami emakhaleni akho, netomu lami emlonyeni wakho; ngikubuyisele emuva ngendlela oweza ngayo.


othulisa ukuduma kwezilwandle, inhlokomo yamaza azo nomsindo wabantu.


Ayakulwa neWundlu; iWundlu liwanqobe, ngokuba liyiNkosi yamakhosi noMbusi wababusi, likanye nabanalo ababiziweyo balo, abakhethiweyo nabathembekileyo.”


“Phuthuma uye emzini omkhulukazi, iNineve, umemezele kuwo ukuthi ububi bawo sebenyuke baze bafika phambi kwami.”


Zonke izitha zakho ziyakuhleka, ziyakubhuqa; zikugedlela amazinyo, zithi: “Siligwinyile, impela yilona lolu suku obekukade silulindele, manje silutholile, silubonile.”


Izitha zakho zibhonge phakathi endlini yakho yokuhlanganela, zamisa izimpawu zazo zaba ngamabhanela,


Simakade, kuyoze kube nini ungikhohliwe unomphela na? Kuyoze kube nini ungifihlela ubuso bakho na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite