Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 74:20 - IsiZulu 2020

20 Khumbula isivumelwano, ngokuba izindawo zezwe ezimnyama, zigcwele izindlu zobudlova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Khumbula isivumelwano, ngokuba izindawo ezimnyama zezwe zigcwele izindlu zobudlova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Lalelani isivumelwano, ngokuba izindawo ezimnyama zomhlaba zigcwele izindawo zokuhlala ezinonya.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 74:20
19 Referans Kwoze  

Ngenxa yabo wasikhumbula isivumelwano sakhe, wabaphendula ngokobuningi bomusa wakhe.


“Ngokuba yilesi isivumelwano engiyakusenza nendlu ka-Israyeli emva kwalezo zinsuku,” kusho iNkosi: “ngiyakufaka imithetho yami engqondweni yabo, ngiyilobe ezinhliziyweni zabo, ngiyoba nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami.


Kuyoze kube phakade esikhumbula isivumelwano sakhe, izwi ayala ngalo izizukulwane ngezizukulwane,


Umusa wami ngiyomgcinela wona kuze kube phakade; isivumelwano sami siyohlala siqinile kuye.


Usichithile isivumelwano senceku yakho, wawungcolisa othulini umqhele wayo.


Simakade, ngihole ngokulunga kwakho, uqondise indlela yakho phambi kwami, ngenxa yezitha zami.


“Indlu yami ayinjalo yini kuNkulunkulu na? Ngokuba wenze nami isivumelwano saphakade; zonke izinto wazihlela, wazivikela. Yonke insindiso yami nokwenama kwami, uyakukuhlumisa.


Awuyukwenza kanjalo kuSimakade uNkulunkulu wakho, ngokuba zonke izinto uSimakade azenyanyayo zizenzile lezi zizwe, zenzela onkulunkulu bazo, zibashisele ngisho amadodana namadodakazi azo emlilweni.


Khumbula izinceku zakho u-Abhrahama, u-Isaka noJakobe, ungabheki inkani yalaba bantu, ububi babo, nesono sabo,


Ungasideleli ngenxa yegama lakho, ungaseyisi isihlalo sobukhosi sodumo lwakho; sikhumbule, ungasephuli isivumelwano sakho nathi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite