Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 72:3 - IsiZulu 2020

3 Izintaba ziyakuletha impumelelo kubantu, namagquma, ukulunga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Izintaba ziyakuletha ukuthula kubantu; kanjalo namagquma, ngokulunga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Izintaba ziyakuletha ukuthula kubantu, namagquma amancane ngobulungisa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 72:3
13 Referans Kwoze  

Zinhle kangakanani ezintabeni, izinyawo zomemezela ukuthula, noletha izindaba ezinhle; ezwakalise ukusindiswa, oshoyo kulo iZiyoni, ukuthi: “UNkulunkulu wakho uyabusa.”


“Kuyothi ngalolo lusuku izintaba ziconse iwayini elimnandi, amagquma agobhoze ubisi, imihosha yonke yakwaJuda igeleze amanzi. Kuyakuqhuma umthombo endlini kaSimakade oyakunisela isigodi iShithimi.


“Amasonto angama-70 anqunyelwe abantu bakho nomuzi wakho ongcwele ukuqeda iziphambeko, nokukhawula izono, nokwenza ukubuyisana ngobubi, nokungenisa ukulunga okuphakade, nokunamathelisa umbono nesiphrofetho, nokugcoba indlu engcwelengcwele.


Makube khona inala yokudla ezweni, esiqongweni sezintaba, ukudla kwalo kuyohashazela njengeLebhanoni, abemizi bayokhahlela njengotshani bomhlaba.


Amadlelo asehlane ayaconsa, amagquma abhinca injabulo.


“Consani mazulu phezulu, amafu athulule ukulunga; umhlaba mawuvuleke, kuthelwe ukusindiswa, kumile nokulunga; Mina Simakade ngikudalile.


Esikhundleni sethusi ngiyoletha igolide, esikhundleni sensimbi ngilethe isiliva; esikhundleni somuthi ngilethe ithusi, nasesikhundleni samatshe ngilethe insimbi. Ngibeke ukuthula kube ngababonisi bakho, nokulunga kube ngababusi bakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite