Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 72:1 - IsiZulu 2020

1 Nkulunkulu, yipha inkosi ubulungiswa nenkosana ukulunga kwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Nkulunkulu, nika inkosi izahlulelo zakho nendodana yenkosi ukulunga kwakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ihubo likaSolomoni. Nika inkosi izahlulelo zakho, Nkulunkulu, nendodana yenkosi ukulunga kwakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 72:1
14 Referans Kwoze  

UMoya kaSimakade uyohlala phezu kwakhe, umoya wokuhlakanipha nowokuqonda, umoya wamasu nowamandla, umoya wokwazi nowokumesaba uSimakade.


Manje ngiphe ukuhlakanipha nokwazi ukuze ngihole laba bantu, ngokuba ngubani ongehlulela laba bantu bakho abaningi kangaka na?”


unike uSolomoni, indodana yami, inhliziyo epheleleyo ukuba agcine imiyalo yakho, ubufakazi bakho, izimiso zakho, nokwenza konke lokhu, nokwakha ithempeli engililungisileyo.”


UZadoki, umphristi, wathatha uphondo lwamafutha ethendeni, wamgcoba uSolomoni. Babetha amacilongo, bonke abantu bathi: “Mana njalo, nkosi Solomoni.”


Uma uSimakade engayakhi indlu, basebenzela ize abayakhayo; uma uSimakade engawuvikeli umuzi, umlindi wawo uwuqaphelele ize.


Othunywe nguNkulunkulu ukhuluma amazwi kaNkulunkulu, ngokuba uNkulunkulu umuphe ngokupheleleyo uMoya.


UNkulunkulu ka-Israyeli ukhulumile, iDwala lika-Israyeli lathi kimi: ‘Obusa abantu ngokulunga, abuse ngokwesaba uNkulunkulu,


Ngakho-ke yiphe inceku yakho inhliziyo elalelayo ukuze ikwazi ukubusa abantu bakho, ikwazi ukwehlukanisa phakathi kokuhle nokubi, ngokuba ngubani ongabusa lesi sizwe sakho esikhulu kangaka na?”


UDavide wabusa phezu kwawo wonke u-Israyeli, wenza ubulungiswa nokulunga kubo bonke abantu bakhe.


Bheka, uzozalelwa indodana eyakuba ngumuntu wokuthula. Ngiyakumnika ukuthula ezitheni zakhe nxazonke, ngokuba igama lakhe uyakuba nguSolomoni, ngiyakunika u-Israyeli ukuthula noxolo ngezinsuku zakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite