Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 71:3 - IsiZulu 2020

3 Yiba yidwala lami lokukhosela, engiza kulo njalo; uyalezile ukuba ngisindiswe, ngokuba uyidwala lami nenqaba yami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Yiba kimi idwala lokuhlala, ukuze ngiye kulo njalonjalo; ukuyalezile ukusindiswa kwami, ngokuba uyidwala lami nenqaba yami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Yiba yindawo yami yokuhlala yaphakade engingaphephela kuyo njalonjalo; Wayala ukuba ngisindise; ngokuba wena uyidwala lami nenqaba yami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 71:3
17 Referans Kwoze  

Simakade, uyidwala lami nenqaba yami, noMkhululi wami, uNkulunkulu wami; uyidwala engikhosela kulo, isihlangu sami, nophondo lwensindiso yami, inqaba yami.


Igama likaSimakade lingumbhoshongo onamandla; olungileyo ugijimela kuwo, alondeke.


Ngokuba uSimakade umenze wayisiphephelo sakho, oPhezukonke waba yinqaba yakho.


UNkulunkulu wasemandulo uyisiphephelo nangaphansi zikhona izingalo ezingunaphakade; wazixosha izitha phambi kwakho wathi: ‘Bhubhisa.’


Wena uyiNkosi yami, Nkulunkulu, yaleza ukunqoba kukaJakobe.


Emini uSimakade uyaleza umusa wakhe, ebusuku isihlabelelo sakhe sikimi, ngikhuleke kuNkulunkulu wokuphila kwami.


yena uyohlala endaweni ephakemeyo, imigede emaweni iyoba yizinqaba zakhe, uyophiwa isinkwa, ahlale njalo ethola amanzi.


UNkulunkulu wakho ukumisele amandla akho, qinisa, Nkulunkulu, lokho osenzele khona.


Niyobulala niqede nya amaxhegu, izinsizwa, izintombi, izingane nabesifazane, kodwa ningasondeli kumuntu onophawu; niyakuqala endlini yami engcwele.” Amalunga aqala ngamadoda ayephambi kwendlu.


umusa wami nenqaba yami, umbhoshongo wami ophakemeyo nomkhululi wami, isihlangu sami, nengiphephela kuye, nothobisa izizwe phansi kwami.


Nkosi, Wena uyisiphephelo sethu izizukulwane ngezizukulwane.


Ngikhala kuSimakade omele ukudunyiswa, ngisindiswe ezitheni zami.


Ngiyomenza abe yizibulo nophakemeyo kunamakhosi omhlaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite