Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 71:24 - IsiZulu 2020

24 Usuku lonke ulimi lwami luzokhuluma ngokulunga, ngokuba labo abafuna ukungenzakalisa bazothelwa ngehlazo, baphoxeke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Ulimi lwami futhi luzakukhuluma lonke usuku ngokulunga; ngokuba badunyaziwe, bajabhisiwe abangifunela umonakalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ulimi lwami luyakukhuluma ngokulunga kwakho usuku lonke, ngokuba bajabhe, ngokuba bafuna ukungilimaza bajabhile.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 71:24
13 Referans Kwoze  

Abamelene nami befuna umphefumulo wami mabajabhe, baphele. Labo abafuna ukungilimaza, mabathelwe ngehlazo, bahlazeke.


Ngokuba Yena umelwe ukuba abuse, aze azibeke phansi kwezinyawo zakhe zonke izitha zakhe.


Iso lami liyakuzibona ngokujabula izitha zami, nezindlebe zami ziyakuzwa ngokuthokoza ngabenzi bokubi abangivukelayo.


Ulimi lwami luzoshumayela ngokulunga kwakho nangodumo lwakho, usuku lonke.


Makungaphumi emlonyeni wenu nalinye izwi elibolileyo, kodwa kube ngelilungele ukwakha njengokuba kudingeka, ukuze libaphe umusa abezwayo.


Umuntu omuhle ukhipha okuhle engcebeni yakhe enhle; nomuntu omubi ukhipha okubi engcebeni yakhe embi.


Umlomo wami uzolanda ngokulunga kwakho nensindiso yakho usuku lonke, ngokuba anginakukubala.


Usuku lonke, umlomo wami ugcwele ukukubonga nokukubabaza.


Umlomo wolungileyo ushumayela ukuhlakanipha, ulimi lwakhe lukhuluma ubulungiswa.


Niyakuwafundisa abantwana benu, ngokukhuluma ngawo, lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni, nalapho ulala, nalapho uvuka.


Abathi: “Ashila, ashila!” mababuyele emuva ngenxa yehlazo labo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite