Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 70:4 - IsiZulu 2020

4 Bonke abakufunayo mabajabule, bethabe kuwe. Nalabo abathanda insindiso yakho, bahlale njalo bethi: “UNkulunkulu mkhulu.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Mabethabe, bajabule kuwe bonke abakufunayo; abathanda insindiso yakho mabasho njalonjalo, bathi: “Makabe mkhulu uNkulunkulu.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Mabajabule, bajabule kuwe bonke abakufunayo; abathanda insindiso yakho mabasho njalonjalo ukuthi: ‘Makabe mkhulu uNkulunkulu.’

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 70:4
8 Referans Kwoze  

USimakade muhle kulowo omlindelayo, kulowo omfunayo.


Mabethabe, bajabule kuwe bonke abakufunayo, abathanda insindiso yakho mabasho njalo, bathi: “Makadunyiswe uSimakade.”


Mabethabe, bajabule abathokoza ngokulunga kwami; mabathi njalo njalo: “Makadunyiswe uSimakade othokoza ngenhlalakahle yenceku yakhe.”


Ngiyothokoza kakhulu ngoSimakade, umphefumulo wami wename ngoNkulunkulu wami, ngokuba ungembathise izingubo zensindiso, wangisibekela ngesembatho sokulunga, okomyeni ethwele umshuqulu njengomphristi, nanjengomakoti ezihlobise ngemvunulo.


Thokozani kuSimakade, nina balungileyo, nibonge lapho nikhumbula ubungcwele bakhe.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: niyakukhala nilile nina, kepha izwe liyakujabula; niyakuba lusizi nina, kodwa usizi lwenu luyakuba yintokozo.


Kepha mabajabule bonke abaphephela kuwe, mabakhamuluke ngenjabulo phakade, ubasibekele, bajabule kuwe abathanda igama lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite