Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 69:27 - IsiZulu 2020

27 Yengeza ukona kwabo phezu kokunye, mabangezi ekulungeni kwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Yengezela ukona ekoneni kwabo; mabangezi ekulungeni kwakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Yengeza ububi ebubini babo, bangangeni ekulungeni kwakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 69:27
23 Referans Kwoze  

Uma omubi enzelwa umusa akakufundi ukulunga; ezweni lobuqotho wenza ukonakala, angabuboni ubukhosi bukaSimakade.


Ungabaxoleli izono zabo, necala labo ungalesuli phambi kwakho, ngokuba bakwedelele phambi kwabakhi.”


U-Aleksandru, umkhandi wethusi, wenza okubi okuningi kimi; iNkosi iyakuphindesela kuye ngokwemisebenzi yakhe.


Njengalokhu benqaba ukukubona, kuyinto enhle ukumazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabayekela ekungaqondini kwabo ukwenza okungemukelekile.


Kepha u-Israyeli, owayelandela umthetho wokulunga, akafinyelelanga kuwo.


Ngakho-ke unesihawu kulowo athanda ukumhawukela, umenza lukhuni lowo athanda ukumenza lukhuni.


Ububi bokhokho bakhe mabukhumbuleke kuSimakade, masingesulwa isono sikanina.


Ngase ngibayekelela enkanini yenhliziyo yabo, bahamba ngokuthanda kwabo.


Insali yabakini iyogcugca iphelele ezweni lezitha zenu, nazo ziyobhubha ngenxa yobubi boyise.


Kepha uSimakade wayenza lukhuni inhliziyo kaFaro, akabalalelanga, njengoba uSimakade ayeshilo kuMose.


Kepha uFaro wayenza lukhuni inhliziyo yakhe nangalesi sikhathi, akaze avuma ukuba abantu bahambe.


Kepha lapho uFaro ebona ukuthi uthole ikhefu, wayenza lukhuni inhliziyo yakhe, akaze abalalela njengalokhu ayeshilo uSimakade.


Wabona umkhiwane owodwa ngasendleleni, waya kuwo, kodwa akatholanga lutho kuwo, ngaphandle kwamaqabunga kuphela. Wayesethi kuwo: “Akungabe kusavela sithelo kuwe naphakade.” Umkhiwane wabuna ngaso leso sikhathi.


Ngizosenza sibe yincithakalo; asiyukuthenwa, asiyukulinywa, kodwa kuyakumila amakhakhasi nameva; ngiyakuyala amafu ukuba anganisi imvula phezu kwaso.”


Uyofumana isibusiso kuSimakade, nokulunga kuNkulunkulu wensindiso yakhe.


Ningihluphelani njengalokhu noNkulunkulu enza na? Anisuthi yini yinyama yami na?


Kodwa yazithwala izifo zethu, yabetshatha ubuhlungu bethu, kepha thina sathi ijezisiwe, ishaywe nguNkulunkulu, ihlushiwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite