Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 69:1 - IsiZulu 2020

1 Ngisindise, Nkulunkulu, ngokuba amanzi asesentanyeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngisindise, Nkulunkulu, ngokuba amanzi afikile emphefumulweni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kumholi wokuhlabelela ngeSosánnim. Ihubo likaDavide. Ngisindise, Nkulunkulu; ngokuba amanzi afika emphefumulweni wami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 69:1
15 Referans Kwoze  

Uma udabula emanzini, Mina ngiyokuba nawe, nemifula ayiyukukukhukhula; nalapho udabula emlilweni, awuyukusha; ilangabi aliyukukushisa.


Amanzi angigubuzela ikhanda. Ngathi: “Kuphelile ngami!”


Yayisithi kimi: “Amazwi owabonileyo lapho bekuhleli khona isifebe, ngabantu, izixuku, izizwe nezilimi.


Ubulungiswa ngizobenza umucu wokukala, ukulunga kube ngumthofu wokuqondisa, isichotho siyophephetha inqaba yamanga, amanzi akhukhule umpheme.


Ngibisha obhukwini lodaka, akukho ndawo yokubeka unyawo, ngingene otweni ngathi shi, imisinga iyangisibekela.


Nkulunkulu usilahlile, usibhubhisile, ngoba usithukuthelele; ake usivuselele futhi.


Inhliziyo yami iyaphuphuma ngenxa yendaba enhle, ngikhuluma ngegama engiliqambe ngenkosi, ulimi lwami lulusiba lobhala ngokushesha.


Lapho kuhlokoma izimpophoma zakho, utwa luyenanelana, wonke amadlambi namaza akho, kudlange kwangaphezu kwami.


Makuthi bonke abethembekileyo bakhuleke kuwe ngesikhathi senhlupheko; impela isikhukhula esinamandla asiyukufinyelela kubo.


Izintambo zokufa zangizungeza, izikhukhula zembubhiso zangikhungatha.


Lalela, Malusi ka-Israyeli, Wena ohola uJosefa njengomhlambi. Uhlezi phezu kwamakherubhi, khazimula


Uyokwembozwa ngubumnyama, ukuze ungaboni, nesikhukhula samanzi siyakukusibekela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite