Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:32 - IsiZulu 2020

32 Nina mibuso yomhlaba, mhubeleni uNkulunkulu, nidumise iNkosi,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Nina mibuso yomhlaba mhubeleni uNkulunkulu, nidumise iNkosi, Sela*

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Hlabelelani inkazimulo kaNkulunkulu, nina mibuso yomhlaba! Hlabelelani inkazimulo kaJehova; I-Cella:

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:32
9 Referans Kwoze  

Ngubani ongayukukwesaba, Nkosi, adumise igama lakho, na? Ngokuba Wena wedwa ungcwele, zonke izizwe ziyakuza zikhuleke phambi kwakho, ngokuba izenzo zakho zokulunga sezisobala.”


lapho izizwe zibuthana ndawonye nemibuso, ukuzodumisa uSimakade.


Hlokoma kuSimakade ngezwi lokuhalalisa, mhlaba wonke.


Memezani ngokuthokoza bantu bakhe, nina zizwe, ngokuba uyakuliphindiselela igazi lezinceku zakhe, aziphindiselele kwabamelene naye, ahlambulule izwe lakhe nabantu bakhe.”


Ngaleso sikhathi abantu abade, abanesikhumba esibushelelezi, bayoletha izipho kuSimakade Wamabandla, zivela kubantu abesatshwa kude naseduze; isizwe esinamandla nesinqobayo, esilizwe laso lihlukaniswe yimifula. Bayoziletha entabeni iZiyoni, indawo yegama likaSimakade Wamabandla.


USimakade uyozibonakalisa kwabaseGibhithe ngalolo lusuku, nabaseGibhithe bayomazi uSimakade, bayakumkhonza ngomhlatshelo nangomnikelo wokushiswa, benze izifungo kuSimakade, bazifeze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite