Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:13 - IsiZulu 2020

13 noma belala ezibuyeni, kunjengamaphiko ejuba ambozwe ngesiliva, izimpaphe zamaphiko alo zahuqwa ngegolide elikhazimulayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Nxa nilala phakathi kwezibaya, kunjengamaphiko ejuba asibekelwa ngesiliva, izimpaphe zamaphiko alo ngegolide elikhazimulayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Noma ulala phakathi kwezimbiza, uyakuba njengamaphiko ejuba ambozwe ngesiliva nezimpaphe zalo ngegolide eliphuzi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:13
22 Referans Kwoze  

Abantu bakhe wayesebakhipha benesiliva negolide, kungekho ontengezelayo emindenini yakubo.


“U-Isakhari uyimbongolo enamandla, elala phakathi kwezibaya.


Ngokuba nathi kade sasiyiziwula, singalaleli, sidukiswa, siyizigqila zezinkanuko nokutamasa okunhlobonhlobo, siphila ebubini, sinomona, sizondwa futhi sizondana.


“Kepha uyise wathi ezincekwini zakhe: ‘Sheshani nilethe ingubo yakwanokusho, niyembathise, niyifake indandatho esandleni sayo nezicathulo ezinyaweni,


Yafisa ukuthiba iphango ngemidumba edliwa yizingulube, kepha kayiphiwanga muntu.


ngokuba uSimakade uyathokoza ngabantu bakhe abathobekileyo, ubahlobisa ngensindiso.


“Ngasusa ihlombe lakhe emthwalweni, nezandla zakhe zakhululeka eqomeni.


Ungawunikeli umphefumulo wejuba lakho esilwaneni; ungakhohlwa ukuphila kwezihlupheki zakho.


Wahlalelani esihulugwini ukuze uzwe ukukhala kwemihlambi na? Phakathi kwabomndeni wakwaRubeni kwakukhona okukhulu ukuzihlola ezinhliziyweni.


benza impilo yabo yaba muncu ngokubasebenzisa kanzima odakeni nasezitinini, nasemisebenzini yonke emasimini. Babaphatha ngendlakadla enkulu kukho konke ababebenzisa khona.


Niyazi ukuthi ngesikhathi nisengabezizwe naniholwa futhi nihuhwa yizithombe eziyizimungulu.


Yehlukanise kabili impango, phakathi kwamabutho abeye empini nenhlangano yonke.


Lawo makhosi ayisihlanu abaleka, ayocasha emgedeni eMakheda.


“Amakhosi afika, alwa; alwa namakhosi aseKhanani, eThahanakhi, ngasemanzini eMegido; awatholanga mpango yesiliva.


Abantu baphuma, baphanga inkambu yabase-Aramu. Iseya lempuphu ecolekileyo lathengiswa ngeshekeli, namaseya amabili ebhali, ngeshekeli, njengokusho kukaSimakade.


Izintambo zakho ziyaxega, azinakuyiqinisa insika endaweni yayo, azinakuwugcina useyili wendlalekile. Lapho impango ephangiweyo iyokwehlukaniswa ngobuningi, ngisho nezinyonga ziyothola impango.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite