Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 66:5 - IsiZulu 2020

5 Wozani nibone ukuthi uNkulunkulu wenzeni, akwenzayo kuyesabeka phakathi kwabantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wozani nibone izenzo zikaNkulunkulu; uyesabeka ekwenzeni kwakhe kubantwana babantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wozani nibone izenzo zikaNkulunkulu; uyesabeka ngezenzo zakhe kubantwana babantu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 66:5
11 Referans Kwoze  

Akukho mlingo ongamelana noJakobe, nakubhula okungamelana no-Israyeli. Manje sekuzothiwa ngoJakobe nango-Israyeli: ‘Bukani okwenziwe nguNkulunkulu!’


Mikhulu imisebenzi kaSimakade, bazindla ngayo bonke abayithokozelayo.


We nina nonke enesaba uNkulunkulu, wozani nilalele, nginilandise ngalokho angenzele khona.


Yishoni kuNkulunkulu, nithi: “Yeka ubukhulu bemisebenzi yakho! Ngenxa yobukhulu bamandla akho, izitha zakho ziyothoba phansi kwakho.


Wozani, nibone imisebenzi kaSimakade, incithakalo ayehlisele emhlabeni.


izimangaliso ezweni lika-Hamu, nokwesabekayo ngasoLwandle Lomhlanga.


Mabalibonge igama lakhe elikhulu nelesabekayo; ungcwele Yena.


Amarimu awo ayephakeme, futhi emangalisa; omane amarimu ayegcwele amehlo nxazonke.


Uqeda izimpi kuze kube semikhawulweni yomhlaba, wephula umnsalo, anqume umkhonto, izinqola zempi azishise ngomlilo.


Izizwe wazithobisa zaba phansi kwethu, nabantu phansi kwezinyawo zethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite