Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 66:20 - IsiZulu 2020

20 Makabongwe uNkulunkulu ongawenqabanga umkhuleko wami, noma wasisusa isihawu sakhe kimi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Makabongwe uNkulunkulu ongalahlanga umkhuleko wami nomusa wakhe kimi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Makabongwe uNkulunkulu ongawususanga umkhuleko wami nomusa wakhe kimi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 66:20
6 Referans Kwoze  

Nkulunkulu, uyesabeka ezindaweni zakho ezingcwele, uNkulunkulu ka-Israyeli abantu bakhe ubapha amandla nezikhwepha. Makadunyiswe uNkulunkulu.


Ungangilahli ebusweni bakho, ungangemuki uMoya wakho oyiNgcwele.


ngokuba akamedelelanga, akanengwanga yinhlupheko yohlushwayo. Akamfihlelanga ubuso bakhe, kodwa wamuzwa ngesikhathi enxusa.


Ngenxa yovalo mina ngithe: “Ngixoshiwe phambi kwamehlo akho.” Kepha ukuzwile ukunxusa kwami ngesikhathi ngikhala kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite