Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 66:15 - IsiZulu 2020

15 Ngizonikela kuwe ngeminikelo yokushiswa yezikhuluphalisiweyo, nomusi womhlatshelo wezinqama; ngenze umnikelo ngezinkunzi nezimbuzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ngiyakunikela kuwe iminikelo yokushiswa yezinonileyo kanye nephunga lezinqama; ngiyakunikela ngezinkunzi nangezimpongo. Sela*

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngiyakunikela kuwe iminikelo yokushiswa yezilwane ezikhuluphalisiweyo, kanye nempepho yezinqama; Ngizonikela ngezinkunzi kanye nezimbuzi. Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 66:15
8 Referans Kwoze  

Khona uzojabulela iminikelo yokulunga engeyokushiswa naleyo eshiswa yonke, banikele nangezinkunzi phezu kwe-althare lakho.


kwafika amadoda angama-80 evela eShekhemi, eShilo, naseSamariya egunde izilevu zawo, nezingubo zawo ziklejuliwe, nawo ezisikile uqobo, ephethe ngezandla zawo iminikelo yokusanhlamvu nempepho ukuzokunikela endlini kaSimakade.


Kwakuthi uma ababethwele umphongolo kaSimakade sebehambe amanyathelo ayisithupha, bese ehlaba inkabi nethole elikhuluphalisiweyo.


anikele ngomnikelo wakhe kuSimakade, imvu yeduna enonyaka engenasici, ibe ngumnikelo wokushiswa. Anikele nangensikazi engenasici enonyaka, ibe ngumnikelo wesono, inqama engenasici ibe ngumnikelo wokuthula,


iduna, inqama, nemvu yeduna enonyaka kungumnikelo wokushiswa,


Bonke labo ababuya ekuthunjweni banikela ngeminikelo yokushiswa kuNkulunkulu ka-Israyeli. Banikela ngezinkunzi ezili-12 ezazimele u-Israyeli wonkana, izinqama ezingama-96, namawundlu angama-77; banikela ngezimpongo ezili-12 zaba ngumnikelo wesono. Konke lokho kwaba ngumnikelo wokushiswa owanikelwa kuSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite