Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 63:11 - IsiZulu 2020

11 Kepha inkosi izothokoza ngoNkulunkulu, bonke abafunga Yena bayomdumisa, ngokuba imilomo yabakhuluma amanga izovalwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kepha inkosi iyakuthokoza ngoNkulunkulu; bonke abafunga yena bayakuzibonga; ngokuba umlomo wabakhuluma amanga uyakuvalwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kodwa inkosi izathokoza ngoNkulunkulu; bonke abafunga ngaye bayakuzibonga, kepha umlomo wabakhuluma amanga uyakuvinjwa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 63:11
17 Referans Kwoze  

“Mesabe uSimakade uNkulunkulu wakho; umkhonze Yena, ufunge igama lakhe.


Simakade, inkosi iyethaba ngamandla akho; ithokoza kakhulu ngokuyihlenga kwakho.


Ngakho-ke lowo oyobiza isibusiso ezweni uyakuzibusisa ngoNkulunkulu weqiniso, nalowo ofungayo ezweni, uyofunga ngoNkulunkulu weqiniso, ngokuba izinhlupheko zakuqala zikhohlakele, futhi zifihlakele emehlweni ami.”


Ngizifunge Mina, izwi liphumile emlonyeni wami ngokulunga, aliyukubuyela emuva: wonke amadolo, ayoguqa kimi nezilimi zonke ziyofunga.


Kepha siyazi ukuthi lokho okushiwo ngumthetho ukukhuluma kulabo abaphansi komthetho ukuze yonke imilomo ithuliswe, umhlaba wonke ubhekane necala kuNkulunkulu.


Ngokuba ngesikhathi uNkulunkulu ethembisa u-Abhrahama, wazifunga Yena uqobo, ngokuba wayengekho omkhulu kunaye ayengamfunga,


nabakhothama ophahleni bekhuleka kulo ibandla lasezulwini, nabakhothamela ukufunga kuSimakade bebe befunga nakuMalkhamu,


Ngalolo lusuku, eGibhithe, kuyoba nemizi emihlanu ekhuluma ulimi lwaseKhanani, eyokwenza isifungo sokwethembeka kuSimakade Wamabandla. Omunye waleyo mizi uyobizwa ngokuthi nguMuzi Wembubhiso.


Mazithuliswe izindebe zamanga ezijivaza olungileyo ngokuzidla nangokweyisa.


Ngakho-ke ompofu unethemba; ububi buvale umlomo wabo.


Ngakho-ke bheka, ngiyazi, ngiqinisekile ukuthi uyakuba yinkosi, nokuthi umbuso ka-Israyeli uyakuqiniswa esandleni sakho.


Wathi kuye: “Ungesabi, ngokuba isandla sikaSawule, ubaba, asiyukukufumana. Wena uyakubusa phezu kuka-Israyeli, mina ngiyoba ngowesibili embusweni; noSawule ubaba uyakwazi lokho.”


Olungileyo uyokubona lokho, ajabule, bonke ububi buvale imilomo yabo.


“Mina ngiyibekile inkosi yami, entabeni yami engcwele iZiyoni.”


Uma singakhohlwa yigama likaNkulunkulu wethu, noma izandla zethu sizivulele unkulunkulu ongaziwa,


Ngakho-ke nikela abantwana babo endlaleni, ubanikele emandleni enkemba; abafazi babo bangabi nabantwana, babe ngabafelokazi, amadodana abo abulawe wubhubhane, nezinsizwa zabo zibhuqwe ngenkemba empini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite