Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 63:10 - IsiZulu 2020

10 Bazonikelwa esandleni senkemba, babe wukudla kwezimpungushe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Bayakunikelwa esandleni senkemba, babe yisabelo sezimpungushe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Bayakuwa ngenkemba; bayakuba yisabelo sezimpungushe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 63:10
8 Referans Kwoze  

“ ‘ “Ngenxa yokuba unobutha obungapheliyo, futhi unikele abakwa-Israyeli ukuba badliwe yinkemba lapho behlelwa yisigemegeme, ngesikhathi bethola isijeziso sabo sokugcina,


Ngakho-ke nikela abantwana babo endlaleni, ubanikele emandleni enkemba; abafazi babo bangabi nabantwana, babe ngabafelokazi, amadodana abo abulawe wubhubhane, nezinsizwa zabo zibhuqwe ngenkemba empini.


Uyakuwa ezintabeni zakwa-Israyeli, wena namaviyo akho wonke, nezizwe ezikanye nawe, ngikunikele kuzo zonke izinyoni ezinhlobonhlobo ezidla inyama, nasezilwaneni zasendle ukuba zikudle.


Sibambeleni izimpungushe, amazinyane azo angazoni izivini, ngokuba izivini zethu zisaqhakaza.


UDavide wathi: “Ngifunga ngiyagomela, uSimakade uyakumshaya, noma afikelwe wusuku lokufa, ehlele empini, abhubhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite