Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 62:2 - IsiZulu 2020

2 NguYena kuphela oyidwala lami nensindiso yami; inqaba yami, angisoze nganyakaziswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Nguye kuphela oyidwala lami nensindiso yami, inqaba yami; angiyikunyakaziswa kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Yena yedwa uyidwala lami nensindiso yami; uyisivikelo sami; Ngeke nginyakazeke kakhulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 62:2
17 Referans Kwoze  

Simakade, uyidwala lami nenqaba yami, noMkhululi wami, uNkulunkulu wami; uyidwala engikhosela kulo, isihlangu sami, nophondo lwensindiso yami, inqaba yami.


NguYena kuphela oyidwala lami, nensindiso yami, nenqaba yami; angiyukunyakaziswa.


Thembani kuSimakade kuze kube phakade, ngokuba unguSimakade, yebo, uSimakade uyidwala elingunaphakade.


Yilowo nalowo uyofana nendawo yokukhosela emoyeni, nesivikelo esivunguvungwini, njengemithombo yamanzi endaweni eyomileyo, nanjengomthunzi wedwala ezweni eligagadekile.


Uyakungibiza, athi: “UnguBaba, unguNkulunkulu wami nedwala lensindiso yami.”


Mandla ami, ngizohubela Wena; ngokuba uNkulunkulu, uyinqaba yami, unguNkulunkulu wami onomusa.


Ngenxa yamandla akho, ngizokulindela, ngokuba uNkulunkulu uyinqaba yami.


Uma ewa, akayukufumbeka phansi, ngokuba uSimakade ubamba isandla sakhe.


USimakade ungukukhanya kwami nensindiso yami. Ngubani engingamesaba na? USimakade uyinqaba yokuphila kwami. Ngubani engingaba novalo ngaye na?


Anifikelwanga ngukulingwa okungenjengokwamuntu, kodwa uNkulunkulu uthembekile, akayukuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu. Kepha kuyakuthi lapho nilingwa, anenze nibe namandla okuphunyuka, nibe namandla okubekezela.


Simakade, inkosi iyethaba ngamandla akho; ithokoza kakhulu ngokuyihlenga kwakho.


Insindiso yabalungileyo ivela kuSimakade, uyinqaba yabo ngesikhathi senhlupheko.


Kuhle ukulindela ngokuthula ukusindisa kukaSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite