Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 61:5 - IsiZulu 2020

5 Ngokuba Wena, Nkulunkulu, uzizwile izifungo zami, wanginika isabelo salabo abesaba igama lakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngokuba wena Nkulunkulu uzizwile izithembiso zami, wabanika ifa abalesaba igama lakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngokuba wena, Nkulunkulu, uzizwile izifungo zami; Unginike ifa labo abesaba igama lakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 61:5
10 Referans Kwoze  

Nkulunkulu, izifungo zami zingibophezele kuwe, ngiyakunikela kuwe iminikelo yokubonga.


USimakade uzobabusisa abamesabayo, abancane nabadala.


Simakade, ngifundise indlela yakho, ngizohamba eqinisweni lakho. Inhliziyo yami yenze iqonde into eyodwa vo, yesabe igama lakho.


kodwa ezizweni zonke lowo omesabayo nowenza ukulunga uyemukeleka kuye.


Impela uNkulunkulu uzwile, waqaphela izwi lomkhuleko wami.


Udumo lufanele Wena, Nkulunkulu, eZiyoni kuyofezeka isithembiso kuwe.


Ngivikele njengenhlamvu yeso, ungifihle emthunzini wamaphiko akho,


uyothi kuSimakade: “Uyisiphephelo sami nenqaba yami, unguNkulunkulu wami engethembele kuye.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite