Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 57:2 - IsiZulu 2020

2 Ngizokhala kuNkulunkulu oPhezukonke, kuNkulunkulu ongiphindiselelayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngizakukhala kuNkulunkulu oPhezukonke, kuNkulunkulu ongifezelayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngiyakubiza uNkulunkulu oPhezukonke; kuNkulunkulu ongenzela konke.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 57:2
12 Referans Kwoze  

USimakade uzoyifeza injongo yakhe ngami. Simakade, umusa wakho umi phakade, ungayishiyi imisebenzi yezandla zakho.


Nginesibindi ngempela sokuthi owuqalile umsebenzi omuhle kini uzakuwufeza, kuze kube wusuku lukaKhristu uJesu.


makanihlomise ngakho konke okuhle, ukuze nenze intando yakhe, enza kithina lokho okuthandekayo kuye ngoJesu Khristu; makube kuye inkazimulo, kuze kube phakade naphakade. Amen.


Simakade, uzosenzela ukuthula, ngokuba yonke imisebenzi yethu siyenzelwe nguwe.


Ngakho-ke bathandekayo bami, njengalokhu nalalela ngezikhathi zonke, hhayi nje uma ngikhona, kodwa ikakhulu manje njengokuba ngingekho; fezani ukusindiswa kwenu ngokwesaba nangokuthuthumela.


Usho kanje ophezulu nophakemeyo, ohlala kuze kube phakade, ogama lakhe lingoNgcwele, uthi: “Ngihlala endaweni ephakemeyo nengcwele, nakulowo onomoya odabukileyo nothobekileyo, ukuvuselela umoya wabathobekileyo, nokuphilisa izinhliziyo zabazisolayo.


Izitha zami zingenzakalisa njalo, ngokuba baningi abalwa nami ngokuqhosha.


Ngivikele njengenhlamvu yeso, ungifihle emthunzini wamaphiko akho,


Izitha zami zihambe zikhuluma okubi ngami, zithi: “Uzofa nini, igama lakhe lingabe lisaphathwa na?”


Ngihlenge ezitheni zami, Simakade, ngicashe kuwe.


Hambani bantu bami, niye ezindlini zenu, nizivalele khona, nicashe isikhashana, luze lwedlule ulaka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite