Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 56:2 - IsiZulu 2020

2 Izitha zami zingenzakalisa njalo, ngokuba baningi abalwa nami ngokuqhosha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Izitha zami zifuna ukungigwinya usuku lonke; ngokuba baningi abalwa nami ngokuzidla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Izitha zami ziyakungidla imihla ngemihla, ngokuba baningi abalwa nami, O oPhezukonke.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 56:2
16 Referans Kwoze  

Uzothumela esezulwini, angisindise. Uyamsola ofuna ukungifihliza. Sela UNkulunkulu uzothumela umusa wakhe neqiniso lakhe.


babeyimimoya yamadimoni, benza izibonakaliso, baphuma baya emakhosini omhlaba wonke ukuze bawahlanganisele ukulwa ngosuku olukhulu lukaNkulunkulu uSomandla.


Ngiyakufika ngiphetheni nje kuSimakade, engiyakukhothama nakho kuNkulunkulu ophezulu na? Ngabe ngiyakufika kuye neminikelo yokushiswa namathole anonyaka na?


“E, nkosi, uNkulunkulu oPhezukonke wanika uNebukhadinezari uyihlo umbuso, ubukhulu, udumo, nobukhosi.


Usho kanje ophezulu nophakemeyo, ohlala kuze kube phakade, ogama lakhe lingoNgcwele, uthi: “Ngihlala endaweni ephakemeyo nengcwele, nakulowo onomoya odabukileyo nothobekileyo, ukuvuselela umoya wabathobekileyo, nokuphilisa izinhliziyo zabazisolayo.


USimakade kweliphezulu unamandla ukwedlula ukuhlokoma kwamanzi amaningi, nokuduma kwamadlambi olwandle.


Kepha Wena, Simakade, uphakeme kuze kube phakade.


Kuhle ukubonga uSimakade, nokuhubela igama lakho, Wena oPhezukonke,


Lowo ohlala emphemeni woPhezukonke akhosele emthunzini kaSomandla,


Iyokuphindisela okubi okwenziwe yizitha zami; zibhubhise ngeqiniso lakho.


Phikisana, Simakade, nabangiphikisayo, yilwa nabalwa nami.


Ngiyakuthokoza, ngethabe kuwe; ngilihubele igama loPhezukonke.


Simakade, ziningi izitha zami. Baningi abangivukelayo.


Izitha zami zihambe zikhuluma okubi ngami, zithi: “Uzofa nini, igama lakhe lingabe lisaphathwa na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite