Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 55:9 - IsiZulu 2020

9 Bahlakaze, Nkosi, uphithanise ulimi lwabo, ngokuba ngibone ubudlova nengxabano emzini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Bachithe, Nkosi, uphambanise ulimi lwabo, ngokuba ngibonile ubudlwangudlwangu nokuxabana emzini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Chitha, Nkosi, uhlukanise izilimi zabo, ngokuba ngibonile ubudlova nokuxabana emzini.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 55:9
8 Referans Kwoze  

Njengomthombo ogcina amanzi awo emahle, nalo ligcina kanjalo ububi balo; ubudlova nokucekela phansi kuyezwakala kuwo; ukugula namanxeba kuphambi kwami njalo.


Ngibone into embi kubaphrofethi baseJerusalema; bayaphinga, bahamba ngobuqili, bakhuthaza abenza okubi ukuze kungaphenduki muntu ebubini bakhe; bonke banjengeSodoma kimi, nezakhamuzi zakhona zinjengeGomora.”


Kwabikwa kuDavide ukuthi: “U-Ahithofeli uphakathi kwabozungu luka-Absalomu.” Wayesethi uDavide: “Simakade, ake uwenze inhlekisa amasu ka-Ahithofeli.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite