Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 55:7 - IsiZulu 2020

7 Bengiyakubaleka, ngiye kude, ngihlale ehlane. Sela

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Bheka, bengiyakubaleka, ngiye kude, ngingenise ehlane. Sela*

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bheka, bengiyakuzulazula kude, ngihlale ehlane; Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 55:7
7 Referans Kwoze  

Sengathi ngabe nginendawo yokulala izihambi ehlane, ukuze ngibashiye abantu bami, ngisuke kubo, ngokuba bonke bayiziphingi, iqembu lamaqili.


uJeremiya wasuka eJerusalema, waya ezweni lakwaBhenjamini ukuba ayokwamukela khona isabelo sakhe phakathi kwabantu.


UDavide wayesethi ezincekwini zakhe zonke ezazinaye eJerusalema: “Sukani, masibalekeni, ngokuba uma singenzi kanjalo, akukho namunye ozophunyuka ku-Absalomu. Sheshisani sihambe, funa asificezele, asenzakalise, awubhubhise nalo muzi ngenkemba.”


UDavide wathi enhliziyweni yakhe: “Ngelinye ilanga uSawule uzongibulala. Akukho engingakwenza, kungcono ngibaleke, ngiye ezweni lamaFilisti. USawule uzoyeka ukungifuna esifundeni sonke sakwa-Israyeli, bese ngiphunyuka kanjalo esandleni sakhe.”


Sengathi ikhanda lami lingamanzi, namehlo ami ngumthombo wezinyembezi, ukuba ngikhalele ababuleweyo babantu bami imini nobusuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite