Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 55:4 - IsiZulu 2020

4 Inhliziyo yami iyathuthumela ngaphakathi, ukwesaba ukufa kungehlele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Inhliziyo yami iyathuthumela phakathi kwami; amavuso okufa angehlele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Inhliziyo yami ibuhlungu phakathi kwami, lezivalo zokufa zingehlele.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 55:4
14 Referans Kwoze  

Izintambo zokufa zingithandele, nobuhlungu bendawo yabafileyo bungibambile, ngibhekene nosizi nezinhlupheko.


Okwathi ngezinsuku esesemhlabeni wanikela ngemikhuleko, nangokunxusa, nangokukhala okukhulu, nangezinyembezi kulowo onamandla okumsindisa ekufeni; wezwakala ngenxa yokumesaba uNkulunkulu.


Umphefumulo wami ugcwele izinsizi, ukuphila kwami kusondele endaweni yabafileyo.


Ukwethukwa kuyephulile inhliziyo yami, ngagula kakhulu, ngafisa ukuzwelwa, kodwa angitholanga baduduzi.


Umphefumulo wami uyesaba kakhulu, kepha Wena, Simakade, kuyoze kube nini na?


“Manje umphefumulo wami ulusizi, ngizakuthini na? Ngithi Baba, ngisindise kulo mzuzu na? Kepha kungenxa yalokhu ngifinyelele kulo mzuzu.


UShimeyi wathi lapho ethuka uDavide: “Suka, suka wena muntu wegazi, muntu ongelutho!


Kunjengokuphohlozwa kwamathambo ami, nxa izitha zami zingiklolodela, zithi kimi usuku lonke: “Uphi uNkulunkulu wakho na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite