Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 54:3 - IsiZulu 2020

3 Abafokazi bangivukele, izidlova zizingela impilo yami. Azimgqizi qakala uNkulunkulu. Sela

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngokuba abafo bangivukele; izidlova zifuna umphefumulo wami; azimbekile uNkulunkulu phambi kwazo. Sela*

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokuba abezizwe bangivukele, nabacindezeli bafuna umphefumulo wami; kababekanga uNkulunkulu phambi kwabo. Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 54:3
13 Referans Kwoze  

Nkulunkulu, izedeleli zingivukele, isigejana sezixhwanguxhwangu sizingele umphefumulo wami, sangaba nandaba nawe.


Isiphambeko sithi komubi, ekujuleni kwenhliziyo yaso: “Akukho ukwesaba uNkulunkulu phambi kwamehlo akhe.”


Bayakukwenza lokho ngokuba bengamazanga uBaba nami.


Abanakwazi yini abenza okubi, abadla abantu bami njengalokhu bedla isinkwa, bengakhuleki kuNkulunkulu na?


Mabajabhe, babe namahloni bonke abafuna umphefumulo wami ukuba bawubhubhise, abafisa ukulimala kwami mababuyiselwe emuva, bajabhiswe.


Ngokuba izinja zingihaqile, umgwamanda wabenzi bokubi ungizungezile. Izandla nezinyawo zami bazibhobozile.


Ngiyohlala njalo ngibheke kuwe Simakade, ngokuba Wena ungakwesokunene sami, angiyukuzanyazanyiswa.


Sengaba ngumfokazi kubafowethu, nowezizwe kubantwana bakamame.


Makakuthumelele usizo oluvela endlini engcwele, akweseke eseZiyoni.


Ngahlulele Nkulunkulu, umele indaba yami kubantu abangethembekile, ungikhulule konenkohliso nongalungile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite