Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 52:7 - IsiZulu 2020

7 “Bheka, nasi isiqhwaga esingazange simenze uNkulunkulu abe yinqaba yaso, kodwa sethembela ebuningini bomcebo waso, sabambelela kakhulu ebubini baso.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Bheka, nasi isiqhwaga esingamenzanga uNkulunkulu abe yinqaba yaso, kepha sethemba ingcebo yaso enkulu, siziqinisa ebubini baso.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bhekani, lo nguye umuntu uNkulunkulu angamenzanga amandla akhe; kepha wethemba ebuningini benotho yakhe, waziqinisa ebubini bakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 52:7
14 Referans Kwoze  

Usho kanje uSimakade, uthi: “Uqalekisiwe umuntu othembela kubantu, owenza izikhwepha zakhe zibe yisihlangu sakhe, nonhliziyo yakhe isukile kuSimakade.


Akukho muntu onamandla phezu komoya ukuba awuvimbe, noma amandla phezu kosuku lokufa. Akekho okhululekile empini, kanjalo nobubi abunakubakhulula labo ababenzayo.


Wayesephumela ngaphandle uJesu ethwele umqhele wameva, embethe nengubo ebukhwebezane. Wayesethi kubo: “Nangu-ke lo muntu!”


Bayale abacebileyo kuleli lizwe lamanje ukuba bangazikhukhumezi, bangathembeli engcebeni ephelayo, kodwa bathembele kuNkulunkulu osipha konke, ukuba sithokoze ngakho.


Wawa, wadindiliza, wawa ngasezinyaweni zakhe, wawela lapho, wafa.


Kepha izikhohlakali ziyakunqunywa ezweni, nabangethembekile bayosishulwa kulo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite