Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 52:3 - IsiZulu 2020

3 uthanda okubi kunokuhle, amanga kunokulungileyo. Sela

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uthanda okubi kunokuhle, namanga kunokukhuluma ukulunga. Sela*

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Uthanda okubi kunokuhle; futhi aqambe amanga kunokuba akhulume ubulungisa. Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 52:3
10 Referans Kwoze  

Ngaphandle kukhona izinja, abathakathi, izifebe, ababulali, abakhonza izithombe, nabo bonke abathanda nabenza amanga.


abangabakhapheli, abanamawala, abakhukhumele, abathanda injabulo kunokuthanda uNkulunkulu,


Baguqula iqiniso likaNkulunkulu, balenza amanga, badumisa futhi bakhonza okudaliweyo kunoMdali odumisekayo kuze kube phakade. Amen.


Nina-ke ningabakayihlo usathane, nithanda ukufeza izifiso zakhe. Yena wayengumbulali kwasekuqaleni, akami eqinisweni, ngokuba iqiniso alikho kuye. Uma ekhuluma amanga, usuke ekhuluma into yakhe, ngokuba ungumqambimanga noyise wamanga.


Kodwa nina nizonda okuhle, nithande okubi, nebula isikhumba sabo nibasuse inyama emathanjeni abo.


Ulimi lwabo lungumcibisholo obulalayo, lukhuluma inkohliso; bakhuluma kahle ngomlomo wabo komakhelwane babo, kepha ezinhliziyweni bayamqamekela.


“Yebo, abantu bami bayiziwula, abangazi; bangabantwana abayiziphukuphuku, abanakuqonda; bayizingcweti ekwenzeni okubi, abakwazi ukwenza okuhle.”


Baceba ukuwisa umuntu oqavileyo. Bathokozela amanga, bayabusisa ngemilomo yabo, kodwa ngengaphakathi, bayaqalekisa. Sela


Umphefumulo wesikhohlakali ufisa okubi; umakhelwane waso akafumani sisa emehlweni aso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite