Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 50:10 - IsiZulu 2020

10 ngokuba zingezami zonke izilwane zehlathi, nezinkomo eziyizinkulungwane ezisezintabeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ngokuba zingezami zonke izilwane zehlathi, nezinkomo zasezintabeni eziyizinkulungwane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngokuba zingezami zonke izilwane zehlathi, nezinkomo zasezintabeni eziyinkulungwane.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 50:10
14 Referans Kwoze  

Akufanele yini mina ngikhathazeke ngeNineve, umuzi omkhulukazi, onabantu abangaphezu kwezi-120 000, abangakwazi ukwehlukanisa isandla sokunene nesokhohlo, futhi onemfuyo eningi kangaka na?”


Uhlumisela izinkomo utshani nemifino yokusiza umuntu, ukuze athole ukudla okuvela emhlabeni,


Ezindaweni zonke lapho abantwana babantu behlezi khona, izilwane zasendle nezinyoni zezulu uzinikele esandleni sakho, wenze ukuba ubuse phezu kwazo zonke. Wena uyikhanda legolide.


Ngaleyo ndlela uNkulunkulu umephucile uyihlo imfuyo yakhe wayinika mina.


Khipha konke okuphilayo okunawe, izinyoni, zonke izilwane, nezilwane ezihuquzelayo, ukuze zizalane zande emhlabeni.”


USimakade uNkulunkulu wathatha umhlabathi wabumba zonke izilwane zasendle, nazo zonke izinyoni zezulu. Waziletha kumuntu ukuze abone ukuthi uzoziqamba athini; lawo magama umuntu aziqamba ngawo zonke izilwane eziphilayo, kwaba ngamagama azo.


Umhlaba ungokaSimakade nakho konke okukuwo, izwe nabakhileyo kulo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite