Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 48:7 - IsiZulu 2020

7 Ngomoya wasempumalanga, waphula imikhumbi yaseTharishishi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngomoya wasempumalanga waphula imikhumbi yaseTharishishi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uyaphula imikhumbi yaseTharishishi ngomoya wasempumalanga.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 48:7
7 Referans Kwoze  

Njengomoya wasempumalanga ngiyakubahlakaza phambi kwezitha zabo, ngibabonise umhlane, hhayi ubuso, ngosuku lwenhlekelele yabo.”


UJehoshafathi walungisa imikhumbi yaseTharishishi ukuba iye e-Ofiri ukuyolanda igolide, kodwa ayihambanga, ngokuba imikhumbi yephukela e-Eziyoni Gebheri.


nemikhumbi yonke eTharishishi, nazo zonke izinto ezinxanelekayo.


Imikhumbi yenkosi eyayiseTharishishi yayisolwandle nemikhumbi kaHiramu, ngakho-ke kwakuthi kanye eminyakeni emithathu, ifike imikhumbi yaseTharishishi ilethe igolide, isiliva, izimpondo zendlovu, izimfene, nezimpigogo.


Izizwe zizwile, zathuthumela; iminjunju yehlela izakhamuzi zaseFilistiya.


Bayakushaqeka, babanjwe yiminjunju nobuhlungu, bayoba neminjunju enjengemihelo yowesifazane ebeletha. Bayobhekana nomakhelwano babo ngeziqu zamehlo. Ubuso babo bubheje bube bomvu okwamalangabi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite