Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 46:7 - IsiZulu 2020

7 USimakade Wamabandla unathi, uNkulunkulu kaJakobe uyinqaba yethu. Sela

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 UJehova Sebawoti unathi; uNkulunkulu kaJakobe uyinqaba yethu. Sela*

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 UJehova Sebawoti unathi; uNkulunkulu kaJakobe uyisiphephelo sethu. Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 46:7
9 Referans Kwoze  

USimakade uyinqaba kocindezelweyo, uyinqaba ngesikhathi sokuhlupheka.


Bhekani, uNkulunkulu unathi, uyasihola, nabaphristi bakhe baphethe amacilongo empi ukuze bahlabe umkhosi ngenxa yenu. Bantu bakwa-Israyeli, ningalwi noSimakade uNkulunkulu wokhokho benu, ngokuba aniyukuphumelela.”


Kodwa ningamhlubuki uSimakade, ningabesabi abantu bakulelo lizwe. Bayofana nesinkwa nje kithi; umthunzi wabo usukile phezu kwabo, kodwa uSimakade unathi. Ningabesabi.”


Sesiyakuthini ngalokho na? Uma uNkulunkulu emi ngakithi, ngubani ongamelana nathi na?


Nibafundise ukukugcina konke enginiyale ngakho. Niyabona, Mina nginani izinsuku zonke, kuze kube sekupheleni kwezwe.”


Cebani icebo, kodwa lizobhuntsha; bophani izwi libe linye, kodwa alinakuphumelela, ngokuba uNkulunkulu unathi.


INkosi mayibe nomoya wakho. Umusa ube nani.


USimakade Wamabandla unathi, uNkulunkulu kaJakobe uyinqaba yethu. Sela


Kungani abezizwe benza ugobe, nabantu beceba okuyize na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite