Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 45:14 - IsiZulu 2020

14 Iyiswa enkosini igqoke izingubo ezifekethisiweyo, ikhashwa yizintombi ezingabangani bayo, zilethwa kuwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Iyiswa enkosini igqoke izingubo ezifekethisiweyo; izintombi ezingabangane bayo ziyayilandela; ziyiswa kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Iyakulethwa enkosini igqoke izingubo zokuthunga; izintombi, abangane bakhe abamlandelayo, bayolethwa kuwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 45:14
13 Referans Kwoze  

Ngokuba nginomona ngani, umona kaNkulunkulu, lokhu nganendisela endodeni eyodwa ukuze nginiyise kuKhristu niyintombi emsulwa.


Wena ohlala ezivandeni, abangani balalela izwi lakho; nami ake ungizwise lona.


Buya, buya mShulami! Buya, buya ukuze sikubuke! Yini enizoyibona kumShulami na? Kunjengokusina phakathi kwamaqembu amabili.


Ondlunkulu bangamashumi ayisithupha, izancinza zingamashumi ayisishiyagalombili, izintombi azinakubalwa.


Uyephi othandiweyo wakho, wena omuhle kakhulu phakathi kwabesifazane na? Ushonephi othandiweyo wakho sikufunise?


Ngiyaniyala madodakazi aseJerusalema ngezimpala nemigakla; ningaluvusi uthando kungakabi yisikhathi, Luyekeni luziqubukele lona.


“Uyokweluka ibhantshi ngelineni elicolekileyo, nomshuqulu ngelineni elicolekileyo, nebhande elifekethisiweyo.


“Baba, ngithanda ukuba labo ongiphe bonababe nami lapho ngikhona, ukuze bayibone inkazimulo yami ongiphe yona, ngokuba wangithanda umhlaba ungakasekelwa.


‘Bayitholile, futhi ababelani impango, na? Intombi, yebo, izintombi ezimbili endodeni; impango yezinto ezidayiwe kuSisera, impango yezinto ezidayiwe zahlotshiswa, iziqephu ezimbili zomsebenzi oyimpango odayiwe wahlotshiswa, ongowentamo yami.’


“Esangweni legceke kuyokuba khona isihenqo esingamakhubhithi angama-20; senziwe ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, okungumsebenzi womfekethisi. Siyakuba nezinsika ezine, nezisekelo ezine.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite