Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 41:7 - IsiZulu 2020

7 Bonke abangizondayo bahlangana ngami, bahlebelane ngami, bengisongela, bethi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Bonke abangizondayo banyenyezelana ngami: bangisongozela okubi, bathi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bonke abangizondayo bahleba ngami; baceba ububi bami ngami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 41:7
8 Referans Kwoze  

Umuntu owonakeleyo udala ingxabano, nexoki lehlukanisa abangani.


Ngokuba nginovalo lokuthi lapho ngifika kini, mhlawumbe ngizakunifumana ningenjengalokho engikulindele, nami ningifumane nginjengalokho eningakulindele. Nginovalo, hleze kube khona ukuphikisana, umona, ukuthukuthela, imibango, ukuhleba, ukuzikhukhumeza nezinxushunxushu,


Bagcwele konke ukungalungi; ukonakala, umhobholo nobubi; begcwele umhawu, ukubulala, ukuphikisana, inkohliso, ubuqili nokuhleba.


AbaFarisi basuka lapho, babonisana ukuba bamhile ngezwi.


Ngaphandle kwezikhuni, umlilo uyacima, kanjalo lapho kungekho khona abahlebayo, ingxabano iyaphela.


Ngokuba ngikuzwile ukuhleba kwabaningi, nokwesabisa nxazonke. Baceba amacebo okumelana nami; bahlongoza ukungibulala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite