Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 41:11 - IsiZulu 2020

11 Ngalokho ngiyazi ukuthi uyangithanda, ukuze isitha sami singaqhoshi ngami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngalokho ngiyazi ukuthi uyangithanda, ngokuba isitha sami asihalalisi phezu kwami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngalokhu ngiyazi ukuthi uyathokoza ngami, ngokuba isitha sami asinginqobi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 41:11
9 Referans Kwoze  

Wabephuca izikhali ababusi nabanamandla, wabathela ngehlazo obala, ebanqoba ngesiphambano.


Makabongwe uSimakade ongasinikelanga ukuba sibe yimpango abayinephuza ngamazinyo abo.


Hlabelelani kuSimakade, mdumiseni uSimakade, ngokuba uwuhlengile umphefumulo wompofu esandleni sababi.


USimakade ujatshuliswa ngabamesabayo, labo abathembela emuseni wakhe.


Ngibonise isibonakaliso somusa wakho, ukuze abangizondayo bakubone lokho, bajabhe, ngokuba Wena Simakade, uyangisiza, uyangiduduza.


Nkulunkulu wami, ngethembele kuwe; ungavumi ukuba ngihlazeke; izitha zami mazingaqhoshi ngami.


Bangathi ezinhliziyweni zabo: “Ehhe, kuye ngesifiso sethu!” “Simgwinyile.”


awunginikelanga esandleni sesitha, wazimisa izinyawo zami endaweni ebanzi.


funa isitha sami, sithi: “Ngimehlule.” Nabamelene nami bajabule ngokuba nginqotshiwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite