Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 40:5 - IsiZulu 2020

5 Simakade Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nezizindlo zakho ngathi; akukho okungafaniswa nawe, uma ngiyilanda, ngiyisho, miningi kunokuba ibalwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Jehova Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nezizindlo zakho ngathi; akukho okungafaniswa nawe; uma ngiyilanda, ngiyisho, miningi kunokuba ibalwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Jehova Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nemicabango yakho kithi; akunakubalelwa kuwe; kubalwe izinombolo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 40:5
14 Referans Kwoze  

Ngokuba Mina ngiyawazi amacebo enginawo ngani,” kusho uSimakade, “amacebo okuba nibe nenhlalakahle, hhayi awokunilimaza, awokuninika ikusasa nethemba.


“Ngubani onjengawe Simakade phakathi konkulunkulu na? Ngubani onjengawe ngobukhosi nangobungcwele, omangalisayo ngendumiso, owenza izimangaliso na?


Umlomo wami uzolanda ngokulunga kwakho nensindiso yakho usuku lonke, ngokuba anginakukubala.


Simakade, yeka ubukhulu bemisebenzi yezandla zakho! Imicabango yakho ijule kakhulu.


yona yodwa eyenza izimangaliso ezinkulu, ngokuba umusa wakhe umi phakade;


Ukwazi okunjalo kuyangimangalisa, kuphakeme, anginakufinyelela kukho.


owenza izinto ezinkulu ezingenakukhohlweka, yebo, izimangaliso ezingenakubalwa.


Yena owenza izinto ezinkulu, ezingaphenyekiyo, izimangaliso ezingenakubalwa,


Bheka, lokho kuyisiphetho sezindlela zakhe, izwi elinyenyezayo esilizwayo ngaye, kodwa ukuduma kwamandla akhe ngubani ongakuqonda na?”


Ngakho-ke zonke lezi zikhulu zizokuza kimi, zingikhothamele, zithi: ‘Hamba wena nabantu bonke abakulandelayo.’ Emveni kwalokho ngizohamba.” Waphuma wamshiya uFaro evutha bhe wulaka.


Kepha mina kungilungele ukusondela kuNkulunkulu, ngiyenzile iNkosi uSimakade ibe yisiphephelo sami, ukuze ngishumayele zonke izenzo zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite