Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 38:9 - IsiZulu 2020

9 Nkosi, zonke izifiso zami ziphambi kwakho, ukububula kwami akufihlakele kuwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Nkosi, ukufisa kwami konke kuphambi kwakho; ukububula kwami akufihlekile kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Nkosi, zonke izifiso zami ziphambi kwakho; nokububula kwami akufihlekile kuwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 38:9
8 Referans Kwoze  

Simakade, uyakuzwa ukukhala kokulangazelela kwabahluphekileyo. Ubanikeza ithemba, bese ukulalela ukukhala kwabo becela usizo;


Ngikhathele ngenxa yokububula kwami. Ngimantisa umbhede wami njalo ebusuku, ngincibilikisa ukhukho lwami ngezinyembezi zami.


Ngenxa yalokho siyabubula, silangazelela ukuba sembathiswe indlu yethu yasezulwini,


UNathaniyeli wathi kuye: “Ungazelaphi na?” UJesu waphendula, wathi kuye: “Ngaphambi kokuba uFiliphu akubize phansi komkhiwane, ngakubona.”


Ngenxa yokugqiha kwami, ngibubula, amathambo ami asenamathele esikhumbeni.


ukuba ezwe ukububula kweziboshwa, akhulule labo abase beqonde ekufeni,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite