Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 38:17 - IsiZulu 2020

17 Sengingawa noma yinini, ubuhlungu bami buphambi kwami, izikhathi zonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngokuba ngiseduze kokuwa, nobuhlungu bami buphambi kwami ngezikhathi zonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngoba ngimi ngomumo, losizi lwami luphambi kwami njalo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 38:17
8 Referans Kwoze  

Kepha ekukhubekeni kwami, babuthana, bahlekisa ngami; ophumasilwe engingabazi bangithelekela, bangishaya bangayeka.


Ngikhonkobele, ngithotshisiwe, usuku lonke ngiyazulazula, ngilila.


Ngikhathele ngenxa yokububula kwami. Ngimantisa umbhede wami njalo ebusuku, ngincibilikisa ukhukho lwami ngezinyembezi zami.


Kepha mina ngethembele emseni wakho, inhliziyo yami mayethabe ngensindiso yakho.


Mazingajabuli ngami izitha zami eziphafuza amanga ngami, nalabo abangizondela ize bacife amehlo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite