Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 38:1 - IsiZulu 2020

1 Simakade, ungangijezisi ngolaka lwakho, ungangishayi ngentukuthelo yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Jehova, ungangijezisi ngentukuthelo yakho, ungangishayi ngolaka lwakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ihubo likaDavide, isikhumbuzo. Jehova, ungangikhuzi ngentukuthelo yakho, ungangijezisi ngolaka lwakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 38:1
11 Referans Kwoze  

Simakade, ungangithethisi ngentukuthelo yakho, ungangishayi ngolaka lwakho.


Ngentukuthelo echichimayo, ngabusitheza ubuso bami kuwe isikhashana, kepha ngesihawu esingapheliyo, ngiyokuhawukela,” kusho uSimakade uMhlengi wakho.


ngokuba Mina nginawe,’ kusho uSimakade. ‘Ngiyakukusindisa, ngiziqede nya zonke izizwe engikuhlakazele kuzo, kodwa wena angiyukukuqeda. Ngiyakukuyala ngobulungiswa, angiyukukuyeka ngingakujezisi.’


Nkulunkulu, phangisa ungikhulule. Simakade, phuthuma ungisize.


Simakade, ngiqondise ngobulungiswa, kungabi ngentukuthelo yakho, funa ungiphendule into engelutho.


Simakade, ngizwile umbiko ngawe, ngiyawesaba Simakade umsebenzi wakho; uvuselele nakule minyaka, wenze ukuba waziwe kule minyaka, ukhumbule isihawu sakho nasolakeni.


Ngokubaxosha nokubadingisa ubajezisile, wabasusa ngomoya wakhe onamandla, ngosuku lomoya wasempumalanga.


Ukuthukuthela kwakho kuphezu kwami; ungishaye ngamadlambi akho wonke. Sela


Nakuba ngangilwesaba ulaka nentukuthelo uSimakade ayenithukuthelele ngakho ukuba anibhubhise, nokho uSimakade wangizwa futhi nangaleso sikhathi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite