Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 37:38 - IsiZulu 2020

38 Kepha abaphambukayo bayobhujiswa, baphele nya, nekusasa lababi lishabalale.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Kepha abaphambukayo bayakubhujiswa bonke; isikhathi sababi siyakunqunywa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Kodwa abaphambukayo bayobhujiswa kanyekanye; ukuphela kwababi kuyanqunywa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 37:38
10 Referans Kwoze  

Isikhohlakali siqunjwa phansi ukukhohlakala kwaso, kodwa olungileyo unenqaba ngisho ekufeni kwakhe.


Kepha uNkulunkulu uzokuqumba phansi kuze kube phakade; uzokubamba, akukhiphe ethendeni lakho, akusiphule nasezweni labaphilayo. Sela


Izikhohlakali ziyakubuyela endaweni yabafileyo, yebo, zonke izizwe ezikhohlwa nguNkulunkulu.


“Labo-ke bayakuhamba, baye ekujezisweni okuphakade; kodwa abalungileyo, bayakuya ekuphileni okuphakade.”


Kuyekeni kukhule kokubili ndawonye, kuze kuvunwe. Ngesikhathi sokuvuna ngiyakuyala abavuni ngithi: buthani kuqala ukhula, nilubophe izinyanda ukuze lushiswe, bese nibuthela amabele enqolobaneni yami.’ ”


ngaze ngangena endlini engcwele kaNkulunkulu, ngaqaphelisisa ukugcina kwabo.


UPheka, indodana kaRemaliya, wabulala izinkulungwane eziyizi-120 000 kwaJuda ngasuku lunye, bonke babengamadoda anamandla, ngokuba bamshiya uSimakade uNkulunkulu wokhokho babo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite